ishoba elimhlophe meaning
NGEKE NGPHINDE NGYOLALA KUBOKA NTOMBI😳😳
27 likes
Ngangivakashele intombi yam uMbali ehlala nogogo nomkhulu, hay ngijwayele ukuyvakashela kodwa ithe ksasa kuzoba nomcimbi emini. Ngfike ke ngthume umfana ayoybiza hay ifike sixoxe bese ithi ngoba ugogo usaphithizela eroomini kaMbali angyongena kuleyandlu ewurawundi akunamuntu futh kufudumele kunomlilo iyeza manje hay nangempela ngvume nghambe. Uma ngingene ngokunganaki kulendlu engahlangabezwa iphunga lomqomboth ngseza nje. Ngingene uma ngbheka haybo kunomuntu owothe umlilo obeke u5litre phambi kwakhe onomqombothi ugqoke ujazi namadadla ufake ne-balaclava ebhoze ubuso ngithi ngyajika ngfuna ukubaleka athi"Mkruuh!" Aphakamise umqomboth sakungnika hay ngsondele ngidonse esami isigqiki nghlale phansi ngthathe umqomboth ngphuze ngith ngbeka phansi awuthathe aphuze athi"Mkruu!" Angnike ngphuze ngbeke phansi awuthathe aphuze athi"mkruu" angnike ngphuze uze uphele u5litre. Haybo lapho isisu sesigcwele umqombothi asukume athathe u5litre akhokhobe ngizitshele ukuth uyowbeka haybo ncuzekhehla akhe omunye umqombothi aphuze anginike ngbeke phansi athi"mkruuuh" angnike ey ngphuze ngizwe ukuth akusavumi ngithi uma ngbuka ngemuva kwalomuntu haybo😳 umsila phela lo ngikhumule ijacket engangiygqokile ngfuna ukubona ukuth iyona ngempela yin lento engicabanga ukuth yiyo haybo ncuzendoda enomsila ikhumule ujazi😳 ncuzemfene🦍 ngigxume ngphume ngesamagundane inglandele nayo ngejubane ibaleke angazi yaphelelaphi. Ngkutshela ukuth ngabuya ngalobobusuku wafona uMbali waze wakhathala ngangaybambi ngayi-deleta ngamblocka naku-whatsapp. The End,

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
?
 

Read more ngamaphupho...